Ukudla kahle kulwa nokuguga

Boniswa Mohale|Published

NJENGOBA kuqala unyaka, abantu bamatasa nezindlela ezintsha zokuphila ezizobenza babukeke kangcono. Abanye bafuna ukwehlisa isisindo kanti abanye bafuna ukubukeka ...

Kuxwayiswa “ngemititilizo” yeBlack Friday

Boniswa Mohale|Published

KUGQUGQUZELWA abantu ukuba bakhithize babuye nganeno endalini yeBlack Friday ezoqala ngoLwesihlanu, ize iphele ngesonto elizayo.

I-Eskom isibeke umnqamulajuqu kaDisemba 13 kolukagesi wekhadi

Boniswa Mohale|Published

I-ESKOM imemezele ukuthi isikwazile ukushintsha zonke izigubhu ukuba zibe sohlelweni lweKey Revision Number KRN 2.

Bekukhona yonke inhlobo yephoyisa iSARS igasela kwaMaMkhize

Boniswa Mohale|Published

ABEHLOME ezingovolo amaphoyisa abephelezela ithimba eliqoqa intela ebeliyovundulula ubufakazi bokungakhokhwa kwentela emzini kamacaphunakusale waseThekwini, uNksz ...

UZibi akaneme ngophiko lwezokushushisa

Boniswa Mohale|Published

USIHLALO wekomiti elibhekelele ukusebenza kwemali yomphakathi ePhalamende, uMnuz Songezo Zibi, akaneme ngokucotha kophenyo lwamacala okushushumbiswa kwemali nalawo ...

Kushone ababili beyolungisa indaba kagesi wekhadi e-Eskom

Boniswa Mohale|Published

KUSHONE elayizolo kusabalele imibiko yokuthi kushone abantu ababili abebemi kulayini wokuyovuselela izigubhu zabo ohlelweni lokuvuselela izigubhu zikagesi wekhadi ...

UKhisimusi usheshe wafika ebantwini iSarb yehlisa imalimboleko

Boniswa Mohale|Published

IZIHLATHI zivakashela izindlebe kwabanezikweletu njengoba iBhange loMbuso, iSouth African Reserve Bank (Sarb) liphinde layehlisa ngo-25 basis points imalimboleko. ...

Kugqugquzelwa osomabhizinisi ukuba babhalisele umbukiso entshonalanga yeTheku

Boniswa Mohale|Published

KUGQUGQUZELWA osomabhizinisi ukuba babhalisele umbukiso wamabhizinisi ohlelwa wuMasipala weTheku, obizwa nge-Inner West Durban Business Fair.

Kushile kwabakokotela ugesi wekhadi

Boniswa Mohale|Published

INHLANZI izoshelwa ngamanzi kwabakokotele ugesi wekhadi njengoba i-Eskom ithi ngeke lululwe uhlelo lokuvuselela izigubhu oseludume ngolweKey Revision Number (KRN)2. ...

Ucwaningo luveze obala inkinga yokuhlukumezeka kwabantu kuleli

Boniswa Mohale|Published

UCWANINGO lokuqala ngqa eNingizimu Afrika olubheka udlame lobulili luveza ukuthi 33% wabesifazane okuwu-7 million (7 310 389) uke wahlukunyezwa ngokodlame.

Uhlawuliswe u-R500 000 owaqamba amanga ngeziqu zakhe

Boniswa Mohale|Published

I-JOHANNESBURG Stock Exchange (JSE) imhlawulise u-R500 000 uNksz Thabi Leoka owaqamba amanga ngeziqu zakhe.

Akulekelelwe nabahola kancane ekutholeni izindlu: ungqongqoshe

Boniswa Mohale|Published

UNGQONGQOSHE woMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu kuleli, uNksz Mmamoloko Kubayi, uthe izinhlangano ezakha izindlu zokuqashisa kufanele zibabhekelele nabahola kancane. ...

Kuxwayiswa abantu ngemititilizo yeBlack Friday

Boniswa Mohale|Published

INHLANGANO exazulula izinkinga zabantu bakuleli zemali, iNational Financial Ombud (NFO) isixwayise abantu ukuthi bangazifaki ezikweletini ngoba befuna ukutitiliza ...

I-Eskom ikhumbuza abantu ukubhalisa izigubhu zikagesi wekhadi

Boniswa Mohale|Published

I-ESKOM ikhumbuza abantu ukuthi babheke izigubhu zabo ukuthi ziyahambisana yini nohlelo olusha kungakashayi uNovemba 24 ngoba uma sekushaye lolu suku isigubhu singabhalisiwe ...

Kuxwayiswa abezitokofela ukuba bangakhiphi isamba semali

Boniswa Mohale|Published

I-NATIONAL Stokvel Association of South Africa isidonse ngendlebe abadlala izitokofela ukuthi bangakhiphi imali emabhange ngenhloso yokuyoyihlukanisela ndawana thize ...

I-Numsa ikhala ngokudilizwa kwabasebenzi kuza uKhisimusi

Boniswa Mohale|Published

INYUNYANA yabasebenzi bensimbi iNational Union of Metalworkers of South Africa (Numsa) isola abaphathi be-ArcelorMittal South Africa (Amsa) ngokuba nenhliziyo embi ...

Osozimboni bazotshala u-R76 billion KwaZulu-Natal

Boniswa Mohale|Published

IZIHLATHI zivakashela izindlebe kuMphathiswa wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha neMvelo KwaZulu-Natal, uMfundisi Musa Zondi emuva kokuthi izinkampani ezisebenzela ...

Basakhishelwa ngaphandle abesifazane ezikhundleni zokuphatha

Boniswa Mohale|Published

UCWANINGO lwakamuva olwenziwe kwiJohannesburg Stock Exchange (JSE), yiJust Share luveze ukuthi zinhlanu kuphela izinkampani ezikwi-JSE Top 40 ezinamabhodi aphethwe ...

Ngeke zisalindwa umlibe izitifiketi zasemakolishi

Boniswa Mohale|Published

IPHINI likaNgqongqoshe weMfundo ePhakeme,uDkt Mimmy Gondwe, lithi isizoba wumlando indaba yokungashicilelwa ngesikhathi kwezitifiketi zamakolishi.

Abokufika bakweleta izigidi ezibhedlela zakuleli

Boniswa Mohale|Published

I-ACTION SA idalule ukuthi abantu bokufika bakweleta izibhedlela ezimbili zaseGauteng, uR1. 1 billion ngokulashelwa umdlavuza.

I-DA isola i-Eskom ngokumosha uR840 million

Boniswa Mohale|Published

I-DA isidonse ngendlebe abantu bakuleli ukuba baqhubeke nokulwa nezinhlelo ze-Eskom zokunyusa ugesi ngemali eningi ngoba le nkampani imosha imali.

Isiyonge u-R13. 7 billion ngodizili i-Eskom

Boniswa Mohale|Published

I-ESKOM imemezele ukuthi isiyonge u-R13. 7 billion, ngezindleko zikadizili kulo nyaka njengoba sekuphele izinyanga eziyisikhombisa ugesi unganqamuki.

Ayaphela amahlathi okucasha kubazali abangazondli izingane

Boniswa Mohale|Published

INHLANZI izoshelwa amanzi kwababalekela isondlo sezingane njengoba sekunesivumelwano sokuthi bafakwe ohlwini lwabantu abanamagama amabi ezikweletini.

IHPCSA nomkhankaso wokuhlola izimvume zodokotela

Boniswa Mohale|Published

APHELILE amahlathi okucasha kodokotela abasebenza ngaphandle kwemvume ngoba umkhandlu wabo, iHealth Professions Council of South Africa’s (HPCSA), usembhidlangweni ...

Uzulelwa ngamanqe uR370 wabangasebenzi

Boniswa Mohale|Published

ZIYAVEVA izinhlangano ezilwela abampofu emuva kokuthi uNgqongqoshe weMali, uMnuz Enoch Godongwana, ememezele ukuthi ngeke sivuselelwe isibonelelo sikaR370 sabangasebenzi ...

Business Report